{"product_id":"9781431436590","title":"Senzenjani?, nguCarole Bloch (isiZulu)","description":"\u003cp class=\"p1\"\u003eUBaba noMama bahlala nezingane zabo ezinhlanu endlwananeni yabo encane eminyene. Lapho bevakashelwa uGogo noMkhulu, sanda kakhulu - isiphithiphithi nomsindo. Ngokulangazelela ukuthula, uBaba uyaqombola enyuke igquma ukuze ayobonana noNolwazi, enethemba lokuthi yena uzokwazi ukuthi yini okufanele ayenze. Kodwa iseluleko sikaNolwazi siletha umsindo nesiphithiphithi esikhulu kunakuqala, kanye nokunuka okuyisimanga! Bazokwenzenjani ukuze kuphinde kube nokuthula njengasekuqaleni emndenini?\u003c\/p\u003e\n\u003cp\u003ePublisher: Jacana, February 2026. Also available in Afrikaans, isiXhosa and Xitsonga (not part of this delivery).\u003c\/p\u003e","brand":"Jacana","offers":[{"title":"Default Title","offer_id":48341447377154,"sku":"9781431436590","price":160.0,"currency_code":"ZAR","in_stock":true}],"thumbnail_url":"\/\/cdn.shopify.com\/s\/files\/1\/1160\/4950\/files\/WHAT-TO-DO-COVER-ZULU-HR-scaled.jpg?v=1787391758","url":"https:\/\/bridgebooks.co.za\/products\/9781431436590","provider":"Bridge Books","version":"1.0","type":"link"}