Iphupho Lomdansi we-Bhaleyi nguMichaela noElaine DePrince (isiZulu) Jonathan Ball

Iphupho Lomdansi we-Bhaleyi nguMichaela noElaine DePrince (isiZulu)

R 120.00 12000
2 items In Stock
  • Successful pre-order.Thanks for contacting us!
  • Order within
Book Title
Iphupho Lomdansi we-Bhaleyi nguMichaela noElaine DePrince (isiZulu)
Author
Jonathan Ball
ISBN
9781868428267
'Ngelinye ilanga elinomoya, iphepha likamagazini lapheshulwa ngumoya lehlisa umgwaqo phambi kwesango. Ngelula isandla ngalithatha. Isithombe esihle sowesifazane sasisoqwembeni lomagazini. Wayegqoke ilokwana elifishanyana elibukhwebezane elalivulekile lenza isiyingi esimzungezile. Wayebukeka ejabule kakhulu.'Eneminyaka amithathu, uMichaela DePrince wathola isithombe somdansi we-bhaleyi esasizoguqula ukuphila kwakhe unomphelo. Ngaleyonkathi wayehlala endaweni ezintandaneni e-Sierra Leone, kodwa maduzane watholwa umndeni othile wayiswa eMelika.Nakuba ekuqaleni wayengazi ukuthi i-bhaleyi iyini akasikhohlwanga isithombe somdansi we-bhaleyi ake wasibona. Wayefisa ukujabula njengalomdansi. Lapho umama owamtholayo ebona ukuzimisela kwakhe nge-bhaleyi, waqalisa ukumyisa ezifundweni ze-bhaleyi. Selokhu adansa kusuka lapho kuze kube manje.UMichaela waqokwa njengomdansi osemqoka omncane kunabo bonke ku-Dance Theatre yase-Harlem. Manje udansa ne-Dutch National Ballet, inkampani ephezulu ye-bhaleyi yasemandulo.UMichaela waba ngumlingisi oyinhloko ku-First Position, idokhumentari eyawina umklomelo. Usebonakale kaningi kuthelevishini kuhlanganise i-Dancing with the Stars ne-BBC News.Ngo-2015, uhlelo lwethelevishini yase-Hollandi lwenza ukuthi uMichaela abonane okokuqala no-Magali Messac, umdansi we-bhaleyi owayesesithombeni.Authors Michaela and Elaine DePrinceISBN 9780571329731Fromat PaperbackPages 57p.

'Ngelinye ilanga elinomoya, iphepha likamagazini lapheshulwa ngumoya lehlisa umgwaqo phambi kwesango. Ngelula isandla ngalithatha. Isithombe esihle sowesifazane sasisoqwembeni lomagazini. Wayegqoke ilokwana elifishanyana elibukhwebezane elalivulekile lenza isiyingi esimzungezile. Wayebukeka ejabule kakhulu.'

Eneminyaka amithathu, uMichaela DePrince wathola isithombe somdansi we-bhaleyi esasizoguqula ukuphila kwakhe unomphelo. Ngaleyonkathi wayehlala endaweni ezintandaneni e-Sierra Leone, kodwa maduzane watholwa umndeni othile wayiswa eMelika.

Nakuba ekuqaleni wayengazi ukuthi i-bhaleyi iyini akasikhohlwanga isithombe somdansi we-bhaleyi ake wasibona. Wayefisa ukujabula njengalomdansi. Lapho umama owamtholayo ebona ukuzimisela kwakhe nge-bhaleyi, waqalisa ukumyisa ezifundweni ze-bhaleyi. Selokhu adansa kusuka lapho kuze kube manje.

UMichaela waqokwa njengomdansi osemqoka omncane kunabo bonke ku-Dance Theatre yase-Harlem. Manje udansa ne-Dutch National Ballet, inkampani ephezulu ye-bhaleyi yasemandulo.

UMichaela waba ngumlingisi oyinhloko ku-First Position, idokhumentari eyawina umklomelo. Usebonakale kaningi kuthelevishini kuhlanganise i-Dancing with the Stars ne-BBC News.

Ngo-2015, uhlelo lwethelevishini yase-Hollandi lwenza ukuthi uMichaela abonane okokuqala no-Magali Messac, umdansi we-bhaleyi owayesesithombeni.

Authors Michaela and Elaine DePrince
ISBN 9780571329731
Fromat Paperback
Pages 57p.