Kwenzenjani! Thoko
Kwenzenjani! Thoko
Couldn't load pickup availability
Umbhali wezingane zakho ozithandayo ubuyile neqhawekazi lakhe lasendaweni, uThoko! U-Niki Daly wenza ukufunda ngempilo njengengane kujabulise futhi kube ngokoqobo ngomlingiswa wakhe amthanda kakhulu. Ukuhleka kukaThoko nokuba nethemba kwenza izindaba zakhe zibe mnandi futhi zifinyeleleke. Izindaba zizothuthukisa injabulo yokufunda ezinhliziyweni zezingane. Lena incwadi yesithathu ochungechungeni lukaThoko enezindaba ezine ezifundeka kalula: ‘Isobho LikaThoko Elikhethekile’, ‘Ubusuku Obusabekayo BukaThoko’, ‘Ingadi Yomnenke KaThoko’ kanye ‘Neholide likaThoko’. Njengazo zonke izincwadi ochungechungeni, What’s up!
By (author): Niki Daly. Your favourite children's author is back with his delightful local heroine, Thoko! Niki Daly makes reading about life as a child entertaining and realistic with his much-loved character. Thoko's laughter and positivity makes her stories fun and accessible.
Share
