Jacana
Usosayensi Owalibaleka: Indaba Kasaul Sithole, by Lorato Trok (isiZulu)
Usosayensi Owalibaleka: Indaba Kasaul Sithole, by Lorato Trok (isiZulu)
Usosayensi Owalibaleka: Indaba Kasaul Sithole, yindaba engaziwa yevulandlela elingusosayensi onsundu owaba negelelo elikhulu emikhakheni yocwaningo lwe-antropholoji ne-onitholoji eNingizimu Afrika. USaul Sithle wabe ezinikele emsebenzini wakhe kangangoba nenfcindezelo yobandlululo ayimvimbelanga ukuba anikele ngeminyaka engamau-62 yempilo yakhe emhlabeni wocwaningo lwezinyoni kanye namathambo asendulo. USaul Sithole akazange akuthole ukuhlonishwa okungokomothetho ayekufanele - kuze kube maje. Leli bhuku wokuphila kwakhe futhi libeka obala indaba ezovusa ugqozi lwezizukulwane ezizayo zososayensi.
Share
Give a book
Buy an extra copy of your book and we'll donate it to one of our outdoor Street Libraries, or to one of our reading programmes. Just add a note to your card with the code #buyabookforachild.
Subscribe to our emails
Subscribe to our mailing list for insider news, product launches, and more.