Kwezi: Ushicilelo lozenzela iqoqo, Issues 7-9 (isiZulu)
Kwezi: Ushicilelo lozenzela iqoqo, Issues 7-9 (isiZulu)
Couldn't load pickup availability
Kubukeka sengathi i-Gold City isenkingeni! umnumzane Mpisi kanye nozakwabo bebenomhlangano oyimfihlo ukuze baqhamuke neqhinga lokuqeda ukuba nedumela kukaKwezi kanye nomhlabahloso wamaqhawe enza okungakholakali.
Badedela uMamadou, isidlakela esiyisidlamlilo esivela emhlabeni ofihliwe wempisi ukuze adale incithakalo enkabeni yedolobha. Umohau kanye nokhoi basekuhambo lwasemhlabeni ongcwele, kanti-ke kuningi uKwezi okusamele ambulekelwe yikho futhi athole namandla ekhaya, kusele kuphela u-Azania osazihlolisisa ukuthi avikele idolobha.
Ngabe lizophumelela iqhinga elihlelwe ngokucophelela leqili elingumnumzane mpisi lokuqhubekisela phambili umsebenzi wobuminyama? Bgabe ukuba yiqhawekazi kuka-Azania kuzosebenza? Ngabe uKwezi kanye nabanye bazobuya kusenesikhathi ukuze balekelele u-Azania futhi bavikele idolobha kulokho okuhlelwe yisikhohlakali, umnumzane Mpisi?
ngu Loyiso Mkize, ngu Mohale Mashigo.
Share

Subscribe to our emails
Subscribe to our mailing list for insider news, product launches, and more.