New Africa Books
Umodjadji, Indlovukazi YeMvula by Donve (isiZulu)
Umodjadji, Indlovukazi YeMvula by Donve (isiZulu)
Couldn't load pickup availability
Le ndaba yesekwe endabeni yakudala yase-Afrika egama layo lithi, UModjadji, iNdlovukazi yeMvula. Sixoxelwa ngokufika kukaModjadji ezweni laseVenda elalinesomiso esikhulu kanye nendlala ngenxa yokungani kwemvula. Ngaphambi kokufika kukaModjadji, abantwana baseVenda babengakaze bayibone imvula. UModjadji wasebenzisa imilingo yakhe, yase ina imvula, abantu bathokoza kakhulu. Ngesikhashana nje esifushane emva kwaloko, laguquka izwe labanotshani nezitshalo eziluhlaza cwe, abantu base bondleka, babuye baphila saka futhi.
Paperback
15Pages
ISBN 9781919876306


Give a book
Buy an extra copy of your book and we'll donate it to one of our outdoor Street Libraries, or to one of our reading programmes. Just add a note to your card with the code #buyabookforachild.