Skip to product information
1 of 1

Ndiza! Thoko nguNiki Daly (IsiZulu)

Ndiza! Thoko nguNiki Daly (IsiZulu)

Regular price R 140.00 ZAR
Regular price Sale price R 140.00 ZAR
Sale Sold out
Taxes included.
Quantity

NguThoko! Lena yincwadi yesithathu kaThoko efundeka kalula yombhali nomdwebi wemifanekiso odumile, uNiki Daly. Abathandi baka-Halala! Thoko! no-Kwakuhle! Thoko bazothokoza kakhulu ngezinye izindaba zikaThoko lapho belandela futhi beziqonda izinselelo zalo mlingiswa othandekayo. Ngo-2009 uNiki waklonyeliswa ngeMolteno Medal for Lifetime Achievement in Literature. Ndiza! Thoko. UThoko unenhliziyo enhle! Uthoko unobuciko! Uthoko unentokozo! Kule zindaba ezine ezifundeka kalula landela lapho uThoko ehlangana noNobuhle Wabasha eba yingxenye yomdlalo weshashalazi esikoleni sakhe, ukukhishwa kwakhe kokuqala nokucabanga kwakhe ukusebenzisa kabusha imifucumfucu okunobuciko.

View full details