Skip to product information
1 of 1

Senzenjani?, nguCarole Bloch (isiZulu)

Senzenjani?, nguCarole Bloch (isiZulu)

Regular price R 160.00 ZAR
Regular price Sale price R 160.00 ZAR
Sale Sold out
Taxes included.
Quantity

UBaba noMama bahlala nezingane zabo ezinhlanu endlwananeni yabo encane eminyene. Lapho bevakashelwa uGogo noMkhulu, sanda kakhulu - isiphithiphithi nomsindo. Ngokulangazelela ukuthula, uBaba uyaqombola enyuke igquma ukuze ayobonana noNolwazi, enethemba lokuthi yena uzokwazi ukuthi yini okufanele ayenze. Kodwa iseluleko sikaNolwazi siletha umsindo nesiphithiphithi esikhulu kunakuqala, kanye nokunuka okuyisimanga! Bazokwenzenjani ukuze kuphinde kube nokuthula njengasekuqaleni emndenini?

Publisher: Jacana, February 2026. Also available in Afrikaans, isiXhosa and Xitsonga (not part of this delivery).

View full details