New Africa Books
Kwezi: Ushicilelo 4-6. Ushicilelo lozenzela iqoqo (isiZulu)
Kwezi: Ushicilelo 4-6. Ushicilelo lozenzela iqoqo (isiZulu)
ngu Loyiso Mkize, Clyde Beech.
Luyaqhubeka uhambo lweqhawe lethu elikhulu njengoba silibona libuyeli eknaya lalo ukuyohlangana nomndeni walo elangelihle, empumalanga kapa. Ngemva kokuxabana nabazali bakhe kanye nokungaboni ngasolinye no-azania. Waziswa ngohambo lwakhe okumele aluthathe lokuya ezweni elingcwele, kwelemimoya ukuze akhuphukele kubuyena beqiniso futhi obusezingeni eliphezulu. Kusenjalo ogwadule lwasenamid. Endleleni yokuyothola ukwelulekwa mayelana nesiphrofetho esisombululekayo. Umohau nokhoi bahlangabezana "nezinsika ezintathu”, onogada abasebenza kulo mhlaba kanye nakwelemimoya abenza konke okusemandleni abo ukuvikela isanuse. Emuva le egold city, kukhona into engasile esafufusa ephekwa isikhohlakali esingumnunzane mpisi. Ngabe ukwezi uzokuthola lokhu akufunayo kulolu hambo lwakhe, futhi-ke ngabe umohau kanye nokhoi bazokwazi yini ukuyobona isanuse esikhulu?
Share
Give a book
Buy an extra copy of your book and we'll donate it to one of our outdoor Street Libraries, or to one of our reading programmes. Just add a note to your card with the code #buyabookforachild.
Subscribe to our emails
Subscribe to our mailing list for insider news, product launches, and more.