Skip to product information
1 of 1

Isipho sikaMilani NguLebo Mazibuko Imifanekiso nguMonique Mortimer

Isipho sikaMilani NguLebo Mazibuko Imifanekiso nguMonique Mortimer

Regular price R 160.00 ZAR
Regular price Sale price R 160.00 ZAR
Sale Sold out
Taxes included.
Quantity

Njalo ekuseni ,Umilani ucula kanye nokukhala kwequde,umzwilili wezinyoni kanye nezinkukhu ezikhalayo ehhokweni lezinkukhu zikayise.Kodwa uma sekumele acule esikoleni uMilani,ukwesaba ukuba phambi kwabantu kwamengamela,wabaleka wayocasha ekhala.Ingabe uMilani uyoke abe naso isibindi sokucula ngokukhululeka elalelwe abantu abaningi? Hlanganyela noMilani ohambweni lwakhe lokufunda ukuba nesibindi,ukuthola iphimbo lakhe nokufunda ukuthi intokozo ilethwa ukwabelana ngezipho zakho nabanye.

View full details